our privacy – Zulu Translation – Keybot Dictionary

Spacer TTN Translation Network TTN TTN Login Deutsch Français Spacer Help
Source Languages Target Languages
Keybot 7 Results  www.google.com.mt
  Privacy Policy – Privac...  
Our Privacy Policy explains:
Inqubomgomo yethu Yobumfihlo iyachaza:
  Privacy Policy – Privac...  
We provide personal information to our affiliates or other trusted businesses or persons to process it for us, based on our instructions and in compliance with our Privacy Policy and any other appropriate confidentiality and security measures.
Sinikeza ulwazi lomuntu siqu kumanxusa wethu noma amanye amabhizinisi athembekile noma abantu ukuze basicubungulele lona, ngokuya ngemiyalo yethu futhi ngokuhambisana Nomgomo wethu Wobumfihlo kanye nezinye izilinganiso zobumfihlo nokuphepha ezifanele.
  Privacy Policy – Privac...  
Our Privacy Policy applies to all of the services offered by Google Inc. and its affiliates, including YouTube, services Google provides on Android devices, and services offered on other sites (such as our advertising services), but excludes services that have separate privacy policies that do not incorporate this Privacy Policy.
Inqubomgomo yethu yobumfihlo isebenza kuwo wonke amasevisi anikezelwa i-Google Inc. nezinkampani zayo eziphethwe, kufaka phakathi i-YouTube, amasevisi i-Google ewanikezela kumadivayisi we-Android, kanye namasevisi anikezelwa kwamanye amasayithi (njengamasevisi wethu wokukhangisa), kodwa ngaphandle kwamasevisi anezinqubomgomo zobumfihlo ezehlukile ezingabandakanyi le ngqubomgomo yobumfihlo.
  Privacy Policy – Privac...  
Our Privacy Policy does not apply to services offered by other companies or individuals, including products or sites that may be displayed to you in search results, sites that may include Google services, or other sites linked from our services.
Umgomo wethu wobumfihlo awusebenzi ezinhlelweni ezihlinzekwa ezinye izinkampani noma abantu, okubandakanya imikhiqizo noma amasayithi angavezwa kuwena njengemiphumela yokucinga, amasayithi angabandakanya izinhlelo zakwa-Google, noma amanye amasayithi ahlobene nathi ngenxa yezinhlelo zethu. Umgomo wethu wobumfihlo awubhekene nezinqubo zemininingwane yezinye izinkampani noma izinhlangano ezikhangisa izinhlelo zethu nokungenzeka zisebenzise ama-cookies, ama-pixel tags kanye nobunye ubuchwepheshe ukuhlinzeka izikhangiso ezifanele.
  Privacy Policy – Privac...  
We regularly review our compliance with our Privacy Policy. We also adhere to several self regulatory frameworks, including the EU-US Privacy Shield Framework. When we receive formal written complaints, we will contact the person who made the complaint to follow up.
Sihlale sibuyekeza ukuthobela kwethu Inqubomgomo Yobumfihlo. Siphinde futhi sithobele izinhlaka zokuzibusa ezimbalwa, kufaka phakathi i-EU-US Privacy Shield Framework. Uma sithola izikhalazo ezibhalwe phansi, siyoxhumana nomuntu owenze isikhalazo ukuze silandele udaba lwakhe. Sisebenzisana neziphathimandla zokulawula ezifanele, okubandakanya iziphathimandla zendawo ezivikela imininingwane, ukuxazulula izikhalazo ezimayelana nokudluliswa kwemininingwane esingakwazi ukuthi sizixazulule ngqo nabasebenzisi bethu.
  Privacy Policy – Privac...  
Our Privacy Policy does not apply to services offered by other companies or individuals, including products or sites that may be displayed to you in search results, sites that may include Google services, or other sites linked from our services.
Umgomo wethu wobumfihlo awusebenzi ezinhlelweni ezihlinzekwa ezinye izinkampani noma abantu, okubandakanya imikhiqizo noma amasayithi angavezwa kuwena njengemiphumela yokucinga, amasayithi angabandakanya izinhlelo zakwa-Google, noma amanye amasayithi ahlobene nathi ngenxa yezinhlelo zethu. Umgomo wethu wobumfihlo awubhekene nezinqubo zemininingwane yezinye izinkampani noma izinhlangano ezikhangisa izinhlelo zethu nokungenzeka zisebenzise ama-cookies, ama-pixel tags kanye nobunye ubuchwepheshe ukuhlinzeka izikhangiso ezifanele.
  Privacy Policy – Privac...  
Our Privacy Policy may change from time to time. We will not reduce your rights under this Privacy Policy without your explicit consent. We will post any privacy policy changes on this page and, if the changes are significant, we will provide a more prominent notice (including, for certain services, email notification of privacy policy changes).
Umgomo wethu Wobumfihlo ungaguquka ngokuhamba kwesikhathi. Ngeke sinciphise amalungelo akho ngaphansi Komgomo Wobumfihlo ngale kokuthola imvume yakho ecacile. Siyoposa nanoma iziphi izinguquko zomgomo wobumfihlo kuleli khasi. Uma izinguquko zinkulu, siyofaka isaziso esicace kakhulu (okubandakanya izaziso ze-imeyilizezinguquko zomgomo wobumfihlo) kwezinye izinhlelo. Siyophinde futhi sigcine izinhlobo zangaphambilini Zalomgomo Wobumfihlo ezintweni zethu ezilondoloziwe ukuthi ukwazi ukuwubona kabusha.ndo ukubuyekeza.