pixel – Zulu Translation – Keybot Dictionary

Spacer TTN Translation Network TTN TTN Login Deutsch Français Spacer Help
Source Languages Target Languages
Keybot 3 Results  maps.google.no
  Privacy Policy – Polici...  
Our Privacy Policy does not cover the information practices of other companies and organizations who advertise our services, and who may use cookies, pixel tags and other technologies to serve and offer relevant ads.
Umgomo wethu wobumfihlo awusebenzi ezinhlelweni ezihlinzekwa ezinye izinkampani noma abantu, okubandakanya imikhiqizo noma amasayithi angavezwa kuwena njengemiphumela yokucinga, amasayithi angabandakanya izinhlelo zakwa-Google, noma amanye amasayithi ahlobene nathi ngenxa yezinhlelo zethu. Umgomo wethu wobumfihlo awubhekene nezinqubo zemininingwane yezinye izinkampani noma izinhlangano ezikhangisa izinhlelo zethu nokungenzeka zisebenzise ama-cookies, ama-pixel tags kanye nobunye ubuchwepheshe ukuhlinzeka izikhangiso ezifanele.
  Privacy Policy – Polici...  
We use information collected from cookies and other technologies, like pixel tags, to improve your user experience and the overall quality of our services. For example, by saving your language preferences, we’ll be able to have our services appear in the language you prefer.
Sisebenzisa imininingwane eqoqwe kuma-cookies kanye nobunye ubuchwepheshe obufana ne-pixel tags ukuthuthukisa ukuba khona kwakho njengomsebenzisi kanye neqophelo lonkana lohlelo lwethu. Isibonelo, ngokulondoloza ulimu oluncamelayo, sizokwazi ukwenza ukuthi uhlelo lwethu luvele ngolimu oluncamelayo. Uma sikhombisa izikhangiso ezenziwe zafanela wena, ngeke sihlobanise i-cookie noma isihlonzi esingaziwa, nemikhakha yezihlonzi ezingaziwa njengalezo ezincike ebuhlangeni, inkolo, ukukhetha olala nabo noma impilo.
  Privacy Policy – Polici...  
We’ve tried to keep it as simple as possible, but if you’re not familiar with terms like cookies, IP addresses, pixel tags and browsers, then read about these key terms first. Your privacy matters to Google so whether you are new to Google or a long-time user, please do take the time to get to know our practices – and if you have any questions contact us.
Sizamile ukugcina kulula ngakho konke okusemandleni kodwa uma ungenalo ulwazi lwamagama afana nelithi, cookies, ikheli le-IP, amathegi ama-pixex kanye neziphequluli, funda ngalamagamaabalulekilekuqala. Ubumfihlo bakho bubalulekile ku-Google ngakho ngisho ngabe umusha ku-Google noma kade waqala ukuwusebenzisa, uyacelwa ukuthi uthathe isikhathi sokuthi wazi izinqubo zethu – kanti uma unanoma iluphi uhlobo lombuzoxhumana nathi.