|
When you do, we’ll ask for personal information, like your name, email address, telephone number or credit card to store with your account. If you want to take full advantage of the sharing features we offer, we might also ask you to create a publicly visible Google Profile, which may include your name and photo.
|
|
Ulwazi osinika lona. Isibonelo, iningi lamasevisi wethu adinga ukuthi ubhalisele i-akhawunti ye-Google. Uma wenza kanjalo, sizocela ulwazi lomuntu siqu, njengegama lakho, ikheli le-imeyili, inombolo yefoni noma ikhadi lesikweletu ukulondoloza i-akhawunti yakho. Uma ufuna ukusebenzisa okuhle ngokugcwele kwezici zokwabelana esizinikezayo, singahle futhi sikucele ukuthi udale i-phrofayela ye-Google esesidlangalaleni, engahle ifake igama nesithombe sakho.
|