provide – Zulu Translation – Keybot Dictionary

Spacer TTN Translation Network TTN TTN Login Deutsch Français Spacer Help
Source Languages Target Languages
Keybot 10 Results  maps.google.it
  Privacy Policy – Polici...  
We collect information to provide better services to all of our users – from figuring out basic stuff like which language you speak, to more complex things like which ads you’ll find most useful or the people who matter most to you online.
Sithatha imininingwane ukuze sihlinzeke izinhlelo ezingcono kubo bonke abasebenzisi bethu – njengokuthola izinto ezisobala njengokuthi iluphi ulimu olukhulumayo, kuya kwezijulile ezifana nokuthi yiziphi izikhangiso ozithola ziwusizo ikakhulu noma abantu ababaluleke kakhulu kuwena emoyeni.
  Privacy Policy – Polici...  
We use the information we collect from all of our services to provide, maintain, protect and improve them, to develop new ones, and to protect Google and our users. We also use this information to offer you tailored content – like giving you more relevant search results and ads.
Sisebenzisa imininingwane esiyiqoqa kuzo zonke izinhlelo zethu ukuhlinzeka, ukugcina, ukuvikela kanye nokuzithuthukisa lezo zinhlelo, ukwenza ezintsha, kanye nokuvikela u-Google kanye nabasebenzisi bethu. Siphinde sisebenzise lemininingwane ukuhlinzeka ngokuqukethwe okwakhelwe wena – njengokukunikeza imiphumela yokusesha kanye nezikhangiso ezihambelana nokucinga kwakho.
  Privacy Policy – Polici...  
We provide personal information to our affiliates or other trusted businesses or persons to process it for us, based on our instructions and in compliance with our Privacy Policy and any other appropriate confidentiality and security measures.
Sikunikeza iminingwane yabantu kwesibambisene nabo noma kwamanye amabhizinisi athembekile noma abantu ukuze bayisebenze, kuncike emiyalweni yethu futhi kuhambisana Nomgomo wethu Wobumfihlo kanye nezinye izilinganiso zobumfihlo nokuphepha ezifanele.
  Privacy Policy – Polici...  
Whenever you use our services, we aim to provide you with access to your personal information. If that information is wrong, we strive to give you ways to update it quickly or to delete it – unless we have to keep that information for legitimate business or legal purposes.
Njalo uma usebenzisa izinhlelo zethu, siyazimisela ukuthi sikwenze ukwazi ukufinyelela emininingwaneni yakho. Uma leyo mininingwane ingalungile, senza imizamo yokukunikeza izindlela zokuyibuyekeza ngokushesha noma uyisuse – ngaphandle uma kudingeka ukuthi silondoloze leyo mininingwane ngenxa yezizathu zebhizinisi ezigunyaziwe noma ngenxa yezizathu zezomthetho. Uma ubuyekeza imininingwane yakho, kungenzeka sikucele ukuthi uqinisekise ubuwena ngaphambili kokuthi kube khona esikwenzayo ngesicelo sakho.
  Privacy Policy – Polici...  
Many of our services let you share information with others. Remember that when you share information publicly, it may be indexable by search engines, including Google. Our services provide you with different options on sharing and removing your content.
Iningi lezinhlelo zethu livumela ukuthi wabelane ngemininingwane nabanye. Khumbula ukuthi uma wabelana ngemininingwane emphakathini, ingabonakala ezinjinini zokucinga, kubandakanya u-Google. Izinsiza zethu zikunikeza izinto ezahlukene ongazikhetha ekwabeni nasekususeni okuqukethwe kwakho.
  Privacy Policy – Polici...  
When you use a location-enabled Google service, we may collect and process information about your actual location, like GPS signals sent by a mobile device. We may also use various technologies to determine location, such as sensor data from your device that may, for example, provide information on nearby Wi-Fi access points and cell towers.
Uma usebenzisa uhlelo lakwa-Google olusebenzisa indawo, kungenzeka siqoqe siphinde sisebenzise imininingwane emayelana nendawo okuyona njengezimpawu ze-GPS ezithunyelwa idivayisi ephathwayo. Kungenzeka sisebenzise ubuchwepheshe obehlukene ukuhlonza indawo, kungaba izinto ezifana nokokuzwa i-data edivayisini yakho okungenzeka mhlawumbe kuhlinzeke imininingwane ngokufinyelela kwi-Wi-Fi kanye nemibhoshongo yezingcingo eseduze.
  Privacy Policy – Polici...  
If your Google Account is managed for you by a domain administrator (for example, for Google Apps users) then your domain administrator and resellers who provide user support to your organization will have access to your Google Account information (including your email and other data).
Uma i-akhawunti yakho yakwa-Google yenganyelwe uwe ngomlawuli wedomeyini(isibonelo, kubasebenzi Bezinsiza ze-Google) umlawuli wedomeyini yakho nabadayisi abahlinzeka ukwesekwa komsebenzisi enhlanganweni yakho bayokwazi ukufinyelela emininingwaneni ye-akhawunti yakho ywakwa-Google (okubandakanya i-imeyili yakho kanye neminye imininingwane). Umlawuli wedomeyini yakho angakwazi:
  Privacy Policy – Polici...  
We may use the name you provide for your Google Profile across all of the services we offer that require a Google Account. In addition, we may replace past names associated with your Google Account so that you are represented consistently across all our services.
Singaphinde futhi sisebenzise igama olihlinzekayo ephrofayelini yakho yakwa-Google kuzo zonke izinhlelo esizihlinzekayo ezidinga i-akhawunti yakwa-Google. Ngaphezulu kwalokho, singaguqula amagama adlule ahlobene ne-akhawunti yakho yakwa-Google ukuze wethuleke ngokufanele kuzo zonke izinhlelo zethu. Uma abanye abantu sebevele bene-imeyili yakho, noma eminye imininingwane ekuhlonzayo, ungabakhombisa imininingwane yakho yephrofayela yakwa-Google evela emphakathini njenge gama kanye nesithombe sakho.
  Privacy Policy – Polici...  
Where we can provide information access and correction, we will do so for free, except where it would require a disproportionate effort. We aim to maintain our services in a manner that protects information from accidental or malicious destruction.
Lapho khona singahlinzeka imininingwane ukufinyielela kanye nokulungisa, sizokwenza lokho mahhala, ngaphandle uma kudinga umzamo omkhulu ngokweqile. Sizimisele ukugcina uhlelo lwethu ngendlela evikela imininingwane ekulimaleni okwenzeke ngephutha noma ngamabomu. Ngenxa yalokhu, emva kokuba usususe imininingwane ohlelweni lwethu, ngeke sikwazi ukususa ngokushesha amakhophi asalile kuma-server ethu asebenzayo kanti ngeke sisuse imininingwane ezinhlelweni zethu zokugcina izipele.
  Privacy Policy – Polici...  
We will post any privacy policy changes on this page and, if the changes are significant, we will provide a more prominent notice (including, for certain services, email notification of privacy policy changes).
Umgomo wethu Wobumfihlo ungaguquka ngokuhamba kwesikhathi. Ngeke sinciphise amalungelo akho ngaphansi Komgomo Wobumfihlo ngale kokuthola imvume yakho ecacile. Siyoposa nanoma iziphi izinguquko zomgomo wobumfihlo kuleli khasi. Uma izinguquko zinkulu, siyofaka isaziso esicace kakhulu (okubandakanya izaziso ze-imeyilizezinguquko zomgomo wobumfihlo) kwezinye izinhlelo. Siyophinde futhi sigcine izinhlobo zangaphambilini Zalomgomo Wobumfihlo ezintweni zethu ezilondoloziwe ukuthi ukwazi ukuwubona kabusha.ndo ukubuyekeza.