sure – Zulu Translation – Keybot Dictionary

Spacer TTN Translation Network TTN TTN Login Deutsch Français Spacer Help
Source Languages Target Languages
Keybot 3 Results  www.google.co.za
  Tips from parents at Go...  
Protect passwords. Remind your children not to give out their passwords. Make sure that they make a habit of unclicking “remember me” settings on public computers, such as those at school or in the library.
Amaphasiwedi okuvikela.Khumbuza izingane zakho ukunganikezeli ngamaphasiwedi azo Qinisekisa ukuthi zingachofozi izilungiselo ze-“ngikhumbule” kumakhompuyutha asesidlangalelini afana nalawo asesikoleni noma elabhulali.
  Tips from parents at Go...  
Help to prevent viruses. Use anti-virus software and update it regularly. Make sure that your children avoid downloading from file-sharing websites and don’t accept files or open email attachments from unknown people.
Siza ukuvikela amagciwane.Sebenzisa amasofthiwe okuvikela amagciwane futhi uwabuyekeze njalo. Qinisekisa ukuthi izingane zakho zigwema ukulanda kusuka kumawebhusayithi okwaba amafayela futhi zingamukeli amafayela noma zivule okunamathiselwe kwama-imeyili kusuka kubantu abangabazi.
  Tips from parents at Go...  
Children should learn how to distinguish reliable sources from unreliable ones and how to verify information that they find online. Make sure that kids understand that cutting and pasting content directly from a website may be plagiarism.
Bukisisa konke okuqukethwe.Ngoba nje ukubona ku-inthanethi, akunasiqinisekiso sokuthi kuyiqiniso. Izingane kufanele zifunde ukuthi zingahlukanisa kanjani imithombo ethembekile kwezingathembekile, nokuthi zingaluqinisekisa kanjani ulwazi eziluthola ku-intanethi. Qinisekisa ukuthi izingane ziyazwisisa ukusika nokunamathisela okuqukethwe ngqo kusuka kuwebhusayithi okungaba ukusebenzisa umqondo womunye.