|
Njalo uma usebenzisa izinhlelo zethu, siyazimisela ukuthi sikwenze ukwazi ukufinyelela emininingwaneni yakho. Uma leyo mininingwane ingalungile, senza imizamo yokukunikeza izindlela zokuyibuyekeza ngokushesha noma uyisuse – ngaphandle uma kudingeka ukuthi silondoloze leyo mininingwane ngenxa yezizathu zebhizinisi ezigunyaziwe noma ngenxa yezizathu zezomthetho. Uma ubuyekeza imininingwane yakho, kungenzeka sikucele ukuthi uqinisekise ubuwena ngaphambili kokuthi kube khona esikwenzayo ngesicelo sakho.
|