we may – Zulu Translation – Keybot Dictionary

Spacer TTN Translation Network TTN TTN Login Deutsch Français Spacer Help
Source Languages Target Languages
Keybot 19 Results  maps.google.no
  Privacy Policy – Polici...  
When you use our services or view content provided by Google, we may automatically collect and store certain information in server logs. This may include:
Uma usebenzisa uhlelo lwethu noma ubheka okuqukethwe okuhlinzekwe u-Google, kungenzeka siqoqe siphinde sigcine iminingwane ethizekokokungena kwi-server Lokhu kungabandakanya:
  Privacy Policy – Polici...  
We may use the name you provide for your Google Profile across all of the services we offer that require a Google Account. In addition, we may replace past names associated with your Google Account so that you are represented consistently across all our services.
Singaphinde futhi sisebenzise igama olihlinzekayo ephrofayelini yakho yakwa-Google kuzo zonke izinhlelo esizihlinzekayo ezidinga i-akhawunti yakwa-Google. Ngaphezulu kwalokho, singaguqula amagama adlule ahlobene ne-akhawunti yakho yakwa-Google ukuze wethuleke ngokufanele kuzo zonke izinhlelo zethu. Uma abanye abantu sebevele bene-imeyili yakho, noma eminye imininingwane ekuhlonzayo, ungabakhombisa imininingwane yakho yephrofayela yakwa-Google evela emphakathini njenge gama kanye nesithombe sakho.
  Privacy Policy – Polici...  
We may reject requests that are unreasonably repetitive, require disproportionate technical effort (for example, developing a new system or fundamentally changing an existing practice), risk the privacy of others, or would be extremely impractical (for instance, requests concerning information residing on backup tapes).
Kungenzeka sizenqabe izicelo eziphindaphindeke ngendlela engamukelekile, ezidinga umzawo wobuchwepheshe omkhulu ngokweqile (isibonelo, ukwakha uhlelo olusha noma ukuguqula kakhulu inqubo esikhona), ukufaka engcupheni ukuphepha kwabanye abantu, noma kube lukhuni ukuthi kwenzeke (isibonelo, izicelo ezimayelana nemininingwane etholakala emakhasethini alondoloziwe).
  Privacy Policy – Polici...  
Google processes personal information on our servers in many countries around the world. We may process your personal information on a server located outside the country where you live.
U-Google usebenzasebenzisa imininingwane yomuntu kwi-server yethu emazweni amaningi emhlabeni wonke. Singakwazi ukusebenzisa imininingwane yabantu kwi-server engaphandle kwezwe lapho uhlala khona
  Privacy Policy – Polici...  
We may collect and store information (including personal information) locally on your device using mechanisms such as browser web storage (including HTML 5) and application data caches.
Kungenzeka siqoqe siphinde silondoloze imininingwane (okubandakanya iminingwane yabantu) eduzane nedivayisini yakho sisebenzisa izinto ezifana nokulondolozwa kwesiphequluli se-web (okubandakanya i-HTML 5) kanye nama-caches emininingwane yensiza.
  Privacy Policy – Polici...  
If that information is wrong, we strive to give you ways to update it quickly or to delete it – unless we have to keep that information for legitimate business or legal purposes. When updating your personal information, we may ask you to verify your identity before we can act on your request.
Njalo uma usebenzisa izinhlelo zethu, siyazimisela ukuthi sikwenze ukwazi ukufinyelela emininingwaneni yakho. Uma leyo mininingwane ingalungile, senza imizamo yokukunikeza izindlela zokuyibuyekeza ngokushesha noma uyisuse – ngaphandle uma kudingeka ukuthi silondoloze leyo mininingwane ngenxa yezizathu zebhizinisi ezigunyaziwe noma ngenxa yezizathu zezomthetho. Uma ubuyekeza imininingwane yakho, kungenzeka sikucele ukuthi uqinisekise ubuwena ngaphambili kokuthi kube khona esikwenzayo ngesicelo sakho.
  Privacy Policy – Polici...  
We may share aggregated, non-personally identifiable information publicly and with our partners – like publishers, advertisers or connected sites. For example, we may share information publicly to show trends about the general use of our services.
Kungenzeka sabelanengemininingwane eyisilinganiso engahlonzi muntuemphakathini kanye nesibambisene nabo – njengabashicileli, abakhangisi noma amasayithi axhumene nathi. Isibonelo, kungenzeka sabelane nomphakathi ngolwazi ukukhombisa ukuqhubeka kwezinto mayelana nokusenjenziswa jikelele kwezinhlelo zethu.
  Privacy Policy – Polici...  
You may also set your browser to block all cookies, including cookies associated with our services, or to indicate when a cookie is being set by us. However, it’s important to remember that many of our services may not function properly if your cookies are disabled. For example, we may not remember your language preferences.
Ungakwazi futhi ukuthi uhlele isiphequluli sakho ukuthi sivimbe wonke ama-coockies, okubandakanya ama-coockies ahlobene nezinhlelo zethu, noma ukuveza uma i-cookie isethwa ithina. Yize kunjalo, kubalulekile ukukhumbula ukuthi iningi lezinhlelo zethu kungenzeka zingasebenzi kahle uma-cookies enziwe ukuthi angasebenzi. Izibonelo, kungenzeka singalukhumbuli ulimu oluncamelayo.
  Privacy Policy – Polici...  
We may use the name you provide for your Google Profile across all of the services we offer that require a Google Account. In addition, we may replace past names associated with your Google Account so that you are represented consistently across all our services.
Singaphinde futhi sisebenzise igama olihlinzekayo ephrofayelini yakho yakwa-Google kuzo zonke izinhlelo esizihlinzekayo ezidinga i-akhawunti yakwa-Google. Ngaphezulu kwalokho, singaguqula amagama adlule ahlobene ne-akhawunti yakho yakwa-Google ukuze wethuleke ngokufanele kuzo zonke izinhlelo zethu. Uma abanye abantu sebevele bene-imeyili yakho, noma eminye imininingwane ekuhlonzayo, ungabakhombisa imininingwane yakho yephrofayela yakwa-Google evela emphakathini njenge gama kanye nesithombe sakho.
  Privacy Policy – Polici...  
When you contact Google, we may keep a record of your communication to help solve any issues you might be facing. We may use your email address to inform you about our services, such as letting you know about upcoming changes or improvements.
Uma uxhumana no-Google, kungenzeka sigcine imininingwane yokuxhumana nawe ukusiza ukuxazulula inkinga okungenzeka ukuthi ubhekene nayo. Kungenzeka sisebenzise ikheli lakho le-imeyili ukukwazisa mayelana nezinhlelo zethu njengokukwazisa ngezinguquko noma ukuthuthuka okuzayo.

We may collect device-specific information (such as your hardware model, operating system version, unique device identifiers, and mobile network information including phone number). Google may associate your device identifiers or phone number with your Google Account.
Singakwazi ukuthi siqoqe imininingwane eqondene nedivayisi (njengohlobo lwe-hardware, uhlobo lohlelo lokusebenza, okokuhlonza idivayisi okwehlukile, kanye nemininingwane yenethiwekhi kamakhalekhukhwini okubandakanya inombolo yocingo). U-Google engenza idivayisi yakho ihlobaniseke nokokuhlonza idivayisi noma inombolo yocingo nge-akhawunti yakho yakwa-Google.
  Privacy Policy – Polici...  
When you contact Google, we may keep a record of your communication to help solve any issues you might be facing. We may use your email address to inform you about our services, such as letting you know about upcoming changes or improvements.
Uma uxhumana no-Google, kungenzeka sigcine imininingwane yokuxhumana nawe ukusiza ukuxazulula inkinga okungenzeka ukuthi ubhekene nayo. Kungenzeka sisebenzise ikheli lakho le-imeyili ukukwazisa mayelana nezinhlelo zethu njengokukwazisa ngezinguquko noma ukuthuthuka okuzayo.
  Privacy Policy – Polici...  
We may combine personal information from one service with information, including personal information, from other Google services – for example to make it easier to share things with people you know. We will not combine DoubleClick cookie information with personally identifiable information unless we have your opt-in consent.
Kungenzeka sihlanganise imininingwane yomuntu esuka kwenye ohlelweni lwe-Google iya kolunye – isibonelo ukwenza kube lula ukwabelana izinto nabantu obaziyo. Ngeke sihlanganise imininingwane ye-cookie ye-DoubleCick kanye nemininingwane yomuntu ehlonzekayo ngaphandle uma uvumile.
  Privacy Policy – Polici...  
When you use a location-enabled Google service, we may collect and process information about your actual location, like GPS signals sent by a mobile device. We may also use various technologies to determine location, such as sensor data from your device that may, for example, provide information on nearby Wi-Fi access points and cell towers.
Uma usebenzisa uhlelo lakwa-Google olusebenzisa indawo, kungenzeka siqoqe siphinde sisebenzise imininingwane emayelana nendawo okuyona njengezimpawu ze-GPS ezithunyelwa idivayisi ephathwayo. Kungenzeka sisebenzise ubuchwepheshe obehlukene ukuhlonza indawo, kungaba izinto ezifana nokokuzwa i-data edivayisini yakho okungenzeka mhlawumbe kuhlinzeke imininingwane ngokufinyelela kwi-Wi-Fi kanye nemibhoshongo yezingcingo eseduze.
  Privacy Policy – Polici...  
We aim to maintain our services in a manner that protects information from accidental or malicious destruction. Because of this, after you delete information from our services, we may not immediately delete residual copies from our active servers and may not remove information from our backup systems.
Lapho khona singahlinzeka imininingwane ukufinyielela kanye nokulungisa, sizokwenza lokho mahhala, ngaphandle uma kudinga umzamo omkhulu ngokweqile. Sizimisele ukugcina uhlelo lwethu ngendlela evikela imininingwane ekulimaleni okwenzeke ngephutha noma ngamabomu. Ngenxa yalokhu, emva kokuba usususe imininingwane ohlelweni lwethu, ngeke sikwazi ukususa ngokushesha amakhophi asalile kuma-server ethu asebenzayo kanti ngeke sisuse imininingwane ezinhlelweni zethu zokugcina izipele.
  Privacy Policy – Polici...  
When you use a location-enabled Google service, we may collect and process information about your actual location, like GPS signals sent by a mobile device. We may also use various technologies to determine location, such as sensor data from your device that may, for example, provide information on nearby Wi-Fi access points and cell towers.
Uma usebenzisa uhlelo lakwa-Google olusebenzisa indawo, kungenzeka siqoqe siphinde sisebenzise imininingwane emayelana nendawo okuyona njengezimpawu ze-GPS ezithunyelwa idivayisi ephathwayo. Kungenzeka sisebenzise ubuchwepheshe obehlukene ukuhlonza indawo, kungaba izinto ezifana nokokuzwa i-data edivayisini yakho okungenzeka mhlawumbe kuhlinzeke imininingwane ngokufinyelela kwi-Wi-Fi kanye nemibhoshongo yezingcingo eseduze.
  Privacy Policy – Polici...  
Information we get from your use of our services. We may collect information about the services that you use and how you use them, like when you visit a website that uses our advertising services or you view and interact with our ads and content.
Imininingwane esiyitholayo ngokusetshenziswa kohlelo lwethu Singaqoqa imininingwane mayelana nohlelo olusebenzisayo nokuthi ulusebenzisa kanjani njengoba uma uvakashela iwebusayithi esebenzisa ukukhangisa kwethu noma ubheka uphinde uxhumane nezikhangisi zethu kanye nokuqukethwe. Lemininingwane ibandakanya: