you use – Zulu Translation – Keybot Dictionary

Spacer TTN Translation Network TTN TTN Login Deutsch Français Spacer Help
Source Languages Target Languages
Keybot 8 Results  www.google.cn
  Google Terms of Service...  
Our Services are very diverse, so sometimes additional terms or product requirements (including age requirements) may apply. Additional terms will be available with the relevant Services, and those additional terms become part of your agreement with us if you use those Services.
Izinhlelo zethu zahlukahlukene kakhulu, ngakho kwesinye isikhathi kungasebenza imibandela eyengeziwe noma izidingo zomkhiqizo (okubandakanya izidingo zobudala). Imibandela eyengeziwe iyotholakala Ezinhlelweni ezifanele kanti leyo mibandela eyengeziwe iba ingxenye yesivumelwane sakho nathi uma usebenzisa lezo Zinhlelo.
  Privacy Policy – Polici...  
Whenever you use our services, we aim to provide you with access to your personal information. If that information is wrong, we strive to give you ways to update it quickly or to delete it – unless we have to keep that information for legitimate business or legal purposes.
Njalo uma usebenzisa izinhlelo zethu, siyazimisela ukuthi sikwenze ukwazi ukufinyelela emininingwaneni yakho. Uma leyo mininingwane ingalungile, senza imizamo yokukunikeza izindlela zokuyibuyekeza ngokushesha noma uyisuse – ngaphandle uma kudingeka ukuthi silondoloze leyo mininingwane ngenxa yezizathu zebhizinisi ezigunyaziwe noma ngenxa yezizathu zezomthetho. Uma ubuyekeza imininingwane yakho, kungenzeka sikucele ukuthi uqinisekise ubuwena ngaphambili kokuthi kube khona esikwenzayo ngesicelo sakho.
  Privacy Policy – Polici...  
When you use our services or view content provided by Google, we may automatically collect and store certain information in server logs. This may include:
Uma usebenzisa uhlelo lwethu noma ubheka okuqukethwe okuhlinzekwe u-Google, kungenzeka siqoqe siphinde sigcine iminingwane ethizekokokungena kwi-server Lokhu kungabandakanya:
  Privacy Policy – Polici...  
Information we get from your use of our services. We may collect information about the services that you use and how you use them, like when you visit a website that uses our advertising services or you view and interact with our ads and content.
Imininingwane esiyitholayo ngokusetshenziswa kohlelo lwethu Singaqoqa imininingwane mayelana nohlelo olusebenzisayo nokuthi ulusebenzisa kanjani njengoba uma uvakashela iwebusayithi esebenzisa ukukhangisa kwethu noma ubheka uphinde uxhumane nezikhangisi zethu kanye nokuqukethwe. Lemininingwane ibandakanya:
  Google Terms of Service...  
Google’s privacy policies explain how we treat your personal data and protect your privacy when you use our Services. By using our Services, you agree that Google can use such data in accordance with our privacy policies.
Imigomo yobumfihlo yakwa -Google iyachaza ukuthi siyisebenzisa kanjani imininingwane yakho nanokuthi sibuvikela kanjani ubumfihlo bakho uma usebenzisa uhlelo lwethu Ngokusebenzisa izinhlelo zethu, uyavuma ukuthi u-Google engasebenzisa lemininingwane efana nalena ehambisana nemigomo yethu yokuphepha.
  Privacy Policy – Polici...  
Information we get from your use of our services. We may collect information about the services that you use and how you use them, like when you visit a website that uses our advertising services or you view and interact with our ads and content.
Imininingwane esiyitholayo ngokusetshenziswa kohlelo lwethu Singaqoqa imininingwane mayelana nohlelo olusebenzisayo nokuthi ulusebenzisa kanjani njengoba uma uvakashela iwebusayithi esebenzisa ukukhangisa kwethu noma ubheka uphinde uxhumane nezikhangisi zethu kanye nokuqukethwe. Lemininingwane ibandakanya:
  Privacy Policy – Polici...  
When you share information with us, for example by creating a Google Account, we can make those services even better – to show you more relevant search results and ads, to help you connect with people or to make sharing with others quicker and easier. As you use our services, we want you to be clear how we’re using information and the ways in which you can protect your privacy.
Ziningi izindlela ongasebenzisa ngazo izinhlelo zethu – ukucinga kanye nokwabelana ngolwazi, ukuxhumana nabanye abantu noma ukwenza izinto ezintsha. Uma wabelana ngolwazi nathi, isibonelo ngokwakha i-akhawunti yakwa-Googlesingenza lezo zinhlelo zibe ngcono – ukukukhombisa imiphumela yokucinga ehambisana kangcono nokucingayo kanye nezikhangiso, ukukusiza uxhumane nabantu noma ukwenza ukwabelana nabantu kusheshe futhi kube lula. Njengoba usebenzisa izinhlelo zethu, sifuna ukuthi ucacelwe ukuthi silusebenzisa kanjani ulwazi nanokuthi ungabuvikela kanjani ubumfihlo bakho.
  Privacy Policy – Polici...  
When you use a location-enabled Google service, we may collect and process information about your actual location, like GPS signals sent by a mobile device. We may also use various technologies to determine location, such as sensor data from your device that may, for example, provide information on nearby Wi-Fi access points and cell towers.
Uma usebenzisa uhlelo lakwa-Google olusebenzisa indawo, kungenzeka siqoqe siphinde sisebenzise imininingwane emayelana nendawo okuyona njengezimpawu ze-GPS ezithunyelwa idivayisi ephathwayo. Kungenzeka sisebenzise ubuchwepheshe obehlukene ukuhlonza indawo, kungaba izinto ezifana nokokuzwa i-data edivayisini yakho okungenzeka mhlawumbe kuhlinzeke imininingwane ngokufinyelela kwi-Wi-Fi kanye nemibhoshongo yezingcingo eseduze.